Ngo msindis' onami la empini
Ngiyagcinwa noma ungathini
Ungisith' esivunguvungwini
Esandleni somusa
Refrain
Esandleni somusa
Esandleni somusa
Ngiyagcinwa, Noma kungathini
Esandleni somusa
Refrain
Ungigona ngemokhono yakhe
Ngiyathokozisw' amazwi akhe
Ndiyalondwa ngobiqhawe bakhe
Esandleni somusa
Refrain
Yena akasoze angiyeke,
Ngingephucwe futhi kuye ngeke;
ngoba ungiphethe ngesineke
Esandleni somusa.
Refrain

(14 rating, 3 votes)