1. Namhla Nkosi ngiyamangala
Umangibheka emuva
Kube wena wawungenami
Ngabe ngasal' endleleni
Chorus:
Nkulunkulu uthado lwakho
Kithina bantu lukhulu
Wanikela ngendodana
Halleluya siyabonga
2. Sangena lapho kuthiwa
Ongene khon' akaphumi
Saphuma lapho kuthiwa
Akuphunywa akuphunywa
Chorus
