Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

Wangithand' UJesu Lo

1 WANGITHAND' uJesu lo,
Kush'incwadi njalo-bo,
Ngiyingane yakhe-nje,
Anginaw'amandla,qha.

Refrain
Yebo,uJesu uyangithanda,
Uyangithanda,incwadi isho la.

2 Wangithand' uJesu lo,
Wawuvul'umnyango lo;
Wazigez'izonozam',
Ngongeiswa khona nam'.
Refrain

3 Wongithand' uJesu na?
Uyohlala nami la?
Uma ngimuthanda-nje.
Wongiyis'ekhaya le.Refrain

Wangithand' UJesu Lo