Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

Umsa KaJehov' Ubanzi

1 UMSA kaJehov' ubanzi
Njengolwandle kithi,
Izahlulo zakhe zinhle
kunenkululeko.

2 Izinsizi zalomhlhba
Zijabhis' izulu'
Amaphutha asezweni
Ahlulelwa ngomsa.

3 Ngob' uthando luka Thixo
Luphakeme kithi;
Inhliziyo yoPhakade
Iyamanglisa.

4 Nxa simthanda ngentobeko,
Ngasikholwa izwi
Kukhanyisw' impilo yethu
Iy' iNkosi yethu.

Umsa KaJehov' Ubanzi