Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

Ukweduka kwami Kwandile

1 UKWEDUKA kwami kwandile,
Nezono zami ziningi,
I'nyembezi zami zandile
Ngivulelwe ngongena nam'.

Refrain

Ngiyazi ngigcwele ububi,
Ngiyisoni,ngivuma ngimubi;
Kephake uJesu wafel'abanje,
Ngivulelwe ngongena nam'.

2 Ningomncane kwabamthandayo
Nakubo abamcelayo;
Kephake uyen'omemayo,
Ubani ongasho Qha?Refrain

3 Umusa wakhe wositha izono,
Wohlanza bonke ububi;
Izinyawo zisaba zidele,
Kantike songena-nje.Refrain

4 Ukweduka kwami kwandile,
Umoya ugulangokhona,
I'nyembezizami zandile;
Ngivulelwe ngongena nam'.
Refrain

Ukweduka kwami Kwandile