Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

UJehova aBe Nawe

1 UJehova abe nawe,
Ngemiqondo akupate,
A kupas' ebutongweni
Sizesibonane futhi.

2 UMsindisi abe nawe
Noma usu tutumela,
Ngezingalo akuThwale.
Sizesibonane futhi.

3 UMduduzi abe nawe,
A kugcine njengabakhe
Pantsi kwamapiko akhe,
Sizesibonane futhi.

4 Onguthando abe nawe,
A kunik' uthando lwakhe,
Nokuthula phambi kwakhe,
Sizesibonane futhi.

UJehova aBe Nawe