1 uyeza, uyeza, umhla wokuphela,
Imini enkulu esabekayo;
Ilanga li zo fa, inyanga yophela,
Zo buba izinto eziphilayo.
2 Umhlaba omkulu wo zanyazanyiswa,
Ukufa kwawo kuya kusondela;
Bhekani, umhlaba ngomlilo woshiswa,
Nezint' eze kuwo zi ya kuphela.
3 Yizwani udumo, lu duma kakulu;
Lu vusa abantu abafileyo;
UMabi uyehla, ubabiza bonke
Abant' ababi nabalungileyo.
4sizo vuka Thina engcwabeni yethu.
Sobizwa uMabi, asahlulele,
Namhla siya bizwa uMsindisi wethu,
Masizwe ilizwi,sikholwe kuye.