Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

SiButene kuLe Ndawo

1sibutene kule ndawo
Singumtimba nabayeni;
Size la ukushadisa
Laba bantu ngokwomteto.
kufanele bathandane
Ba qiniswe emshadweni;
Masivume, masibonge,
Ngawo wonke lo msebenzi

2 Ma bahlale kahle bona,
Mabagcinwe, babusiswe;
Njeng' abantu bokukanya
Mabahambe kahle njalo.
Ba busise bobabili,
Ubagcine, Nkulunkulu,
Ba pilele wena bona,
Ba pe ukuthula kwakho.

SiButene kuLe Ndawo