Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (18 rating, 4 votes)
Loading...

O Ndodana ka Davida

1 \O NDODANA ka Davide,
Ungi hawukele!\
Yasho njal' impumputhe,
Ezodlul' uJesu.

2 Abakhona babemkhuza,
Bathi, makathule,
Khepa wamemeza ethi,
\Ungihawukele!\

3 Wem' uJesu, wathi kuye,
Ngikwenzele ntoni?
Yena waphendula wathi,
\Nkosi, mangibone!\

4 Wath' uJesu, \Ukukholwa
Kukusindisile!\
Khon' amehlo evuliwe,
Wamlandel' uJesu.

5 Nonke enihluphekayo,
Nangu uMsindisi,
Kayi kumalel' umuntu
Nxa ekholwa uye.

O Ndodana ka Davida