Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

Njengabase Jerusalem

1 NJENGABASE Jerusalema
Bambong' uJesu oyiNkosi,
Nathi sonke khona la
Masimbong' uJesu.

Refrain:
Vumanini, masibong' iNkos',
Vumanini, masibong' iNkos';
Dumisani, dumisani,
Dumisan' iNkosi yethu!

2 Wahlala Wahlupheka yena,
W dela ubukhosi bakhe,
Wehla phansi khona la
Abe- uMsindisi. – Refrain

3 Wayenomus', enobunene,
Abeza kuye basindiswa,
Bavuswa, baphiliswa nya,
Bonke babusiswa. – Refrain

4 Futhi nguMsindisi wethu,
Uthando lwakhe lumi njalo,
Othemba kuye khona la
Wosindiswa nguye. – Refrain

5 Sonke masimbabaz' uJesu,
Masilwandis' udumo lwakhe,
kuze kuthi bonke la
Bamdumise yena. – Refrain.

Njengabase Jerusalem