1 NGIYAKUBONGA,Jesu,
Ukungifela kwakho,
Uze ungikhulule,
Ngibe-ngowakho,Nkos'.
2 Ngangisebumnyameni,
Ngangingenakulunga;
Weza,wangikhanyisa,
Ngibe-ngowakho,Nkos'.
3 Ngabon' ububi bami,
Ngabon'uthando lwakho;
Ngahhlulwa umsa wakho,
Singingowakho,Nkos'.