Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (8 rating, 2 votes)
Loading...

Ngino Jesu

1.Thatha konke, nginoJesu
Konk' okuny' indiva nje;
Kodw' uthando lwakhe lumi,
Zolo, namhla, njalo, he.

Chorus

Yek' ubuhle bokumazi
UMsindisi wethu lo;
Yen' othando lwakhe lumi,
Zolo, namhla, njalo, bo.

2.Thatha konke, nginoJesu
Ngukuphila kwam' la;
Nxa ekhon' uJesu wami,
Angisweli lutho, qha.

Chorus

3.Thatha konke, nginoJesu
Unganele mina la;
Nxa nginaye la empini,
Ngokunqoba konke nya.

Chorus

4.Thatha konke, nginoJesu
Engimethembayo, he.
Masinyane wongibiza,
Ngiyohlala naye le.

Chorus

N

Ngino Jesu