Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (2 rating, 1 votes)
Loading...

NgiNga Hlanzwa Ngani Na

1. Nginga hlanzwa ngani na?
Igazi likaJesu lodwa;
Nginga sinda ngani na ?
Igazi likaJesu lodwa.

Refrain:- Igugu leli kimi,
Li ngenzangibe mhlope;
Umtomho wodwa wam',
Igazi likaJesu lodwa.

2 Nant' elokuhlanzwa kwam',
Igazi likaJesu lodwa;
Nokuthethelelwa kwam',
Igazi likaJesu lodwa. – Ref.

3 Naso 'sihlaulo sam',
Igazi likaJesu lodwa;
A kusik' ukwenza kwam'
Igazi likaJesu lodwa. -Ref.

4 Nakho ukuthula kwam',
Igazi likaJesu lodwa;
Nakho ukulunga kwam',-
Igazi likaJesu lodwa. – Ref.

5nginga hlanzwa ngani na ?
Igazi likaJesu lodwa;
Nginga sinda ngani na ?
Igazi likaJesu lodwa, – Ref

NgiNga Hlanzwa Ngani Na