Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (5 rating, 1 votes)
Loading...

Ngamuzw UJesu Ethi Kimi

1 NGAMUZW' uJesu ethi kimi;
\Woza uphumule;
Usudiniwe, bek' ikhanda kimi,
Ngikugone.\
Ngafika kuye , ngidiniwe, ngathi,
\Nkosi yami!\
Wangamugela ngobunene,
Wangithokhozisa.

2 Ngamuzw' uJesu ethi kimi;
\Woza uphuziswe;
Uphuze kimi lawomanzi
Angakuph' amandla.\
Ngafika kuye, ngiwacela lawo-
manz' amahle;
Ngahluyelelwa ngokuphuza,
manje ngingowakhe.

3 Ngamuzw' uJesu ethi kimi;
\Ngi'kukhanya kwakho;
Uhambelani ubusuku?
Kuyakhanya kimi.\
Ngafika kuye olilanga, wangi
khanyisela;
Ngohamba manje ngokukhanya
lokho ngize ngife.

Ngamuzw UJesu Ethi Kimi