Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

Moya OyiNgcwele, Yiza

1 MOYA oyingcwele,
Yiza phezu kwethu;
Mawusikhanyise
E' nhliz'yweni zethu:

Refrain:
Mawusikhanyise,
Mawusikhanyise
E'nhliz'yweni zethu.

2 Siyakulahleka
Singadonswa uwe;
Nakhu, sesibheka
Ngenhliziyo kuwe. – Refrain

3 Moya oyiNgcwele,
Yiza phezu kwethu;
Senze simazise
UMkhululi wethu . – Refrain

4 Mawusiholele
E'nyaweni zakhe;
Usiqinisele
Uyekelo lwakhe. – Refrain

5 Moya oyiNgcwele,
Yiza phezu kwethu;
Usicwengisise
I'nhliziyo zethu. – Refrain

Uwe uMthembisi
NgokwaseNkosini,
Uwe uMthabisi
Ngokwasezulwini. – Refrain

Moya OyiNgcwele, Yiza