Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

Jesu uMsindisi Wethu

1 Jesu,uMsindisi wethu,
Yizwa ukuvuma kwethu;
Sesifike ekudleni
Wakumisa ekufeni.

2 Ngokuvalelisa kwakho
Washo kubafundi bakho,
\Ngokulonda izwi lami
Nobonis'ukufa kwami.

3\Yidlanini lesisinkwa,
Sona singumzimba wami;
Phuzanini lesisitsha,
Sona siligazi lami.\

4 Yebo,Jesu lesisinkwa
Sisamkela ngokukholwa;
Ngokuphuz'isitsha sakho
Sikhumbul'ukufa kwakho.

Jesu uMsindisi Wethu