JESU,bomi bami,
Ngiyabheka kuwe;
Wen'uyinjabulo yami,
Ngithobiswa nguwe;
Wena ungumthombo
Engiphuza kuweo;
Ungumfula wal'uthando
Engigeza kuwo.
2 Ngiyakufa,Jesu,
Nxa umuka kimi.
Ngikhumbule,Nkosi,yami.
Hlaba njalo kimi.
Ngothokoza njalo
ENkosini yami,
Ngayo yonke iminyaka
Yokunlala kwami.