Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

Bhekani Bangcwele

1 BHEKANI,bangcwele:uJesu
okad' ehlushiwe,
Nguyena obuy'ekulweni ahlule,
nimtuse!

Refrain:
Qhelisani iNkosi,qhelisani iNkosi,
Qhelisani iNkosi,esinyukele phezulu.

2 Esesemhlabeni wagqoka
Umqhele wameva;
Onqatshwe ngababi
Ngosini nosulu bemhleka. – Refrain

3 UThixo,uYise,way'ngeke
amshiy'elibeni,
Wamvusake; eseboniwe
ngabakhe,
Wenyuka. – Refrain

4 Guqani,madolo abantu base-
zweni lonke,
Nawezingelosi zezulu;yiNkosi
enkuue. – Refrain

5 Vumani,bangcwele enethembe-
kile kuJesu;
Udumo ngolwakhe,obusa
phakade,atuswe. – Refrain

Bhekani Bangcwele