Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

Kwaphel' Ukulwa Nempi

1 ALELUYA, aleluya, aleluya!
Kwaphel' ukulwa nempi;
Sek' ukuphila kithi;
Masilivume sithi, Aleluya.

2 Ukufa kuphelile,
UKristu wahlulile,
Vumani, nisindile, Aleluya.

3 Zintathu ubefile,
Uvuke ephilile,
Konke sekuvumile, Aleluya.

4 Aqhuma amaliba,
Amademon' ethuka,
Sihuba siyagwaba, Aleluya.

5 Ngem'vimbo saphiliswa,
Izimvu zasindiswa.
Ngabantu wodunyiswa, Aleluya.

Kwaphel' Ukulwa Nempi