1 Yizwanini,emkhathini
Kuzwakele ukucula!
Bayaqhuba ukuhuba,
'Kudumisa okmfula.
Vumanini,'Gam'elihle eNkosini!
Vumanini,'Gam elihle eNosini!
Ho,ho Igam'elihle!Vumanini!
2 Bantwanyana,nohlangana,
Ukubong'Nkosi yethu!
Ningathulimningaphuli,
Nilichith'ikwaya lethu.
3 Ukcula kuyasula
'Zinyembezi kwabaningi;
Kuyamphasa,osakhasa,
Esawiswa nguy'umlingi.
4 Masinyane sohlanguna
Nal'ibandla laphezulu.
Kuzogcwala,kothala
Ukubong'uNkulunkulu.