USUZWILE

Iculo Le 165

1 Usuzwile izwi lakhe,
Izwi loMsindisi lo,
Onothando olungaka,
Ungamali,woza bo!

Woza,manje,yebo,manje,
Woz’ukholw’uJesu la!
Woza manje,yebo,manje,
Wosindiswa khona la!

2Elokufa alitsheli.
Ngakho woza namhlanje,
Ngalo lona lelilanga
Lisekhon’ithuba-ke.

3Usuzwwile izwi lakhe,
Uzokholwa nini na?
Iminyaka iyadlula,
Woza,moni,guqa la.

4 Mus’ukusho:’Ngonce ngize,\
Uzilandulele nje.
Asilazi langomuso,
Woza nakalokhu nje.

5 Uth’uJes’: Ozayo kimi
Angiyikumhlahla,qha!\
Noma ungumonikazi,
Mhlobo wami,guqa la!

USUZWILE