1 Enmiziyweni yami
Ngilangazela le,
'Jerusalem'umuzi wam'
La zinniupheko zami
Ziyakuphela,nya.
Ngilangazela lo.
2 Kuwona lowomuzi,
Kakh'olilayo,qha.
Emzini le,kukuhle hle,
UJesu unguMsbusi,
Esasimkhonza la,
Kuwona lowomuzi,
Kakh'olilayo,qha.
3 Indlela yona kodwa,
Ngoyitholaphi na?
Yokuya pho,emzini lo?
Sekubumnyama bodwa,
Nxa ngibhekaphi la.
Indlela yona,kodwa,
Ngoyitholaphi na?
4 UJes'ukhomb'indlela
Yokuya laphaya.
Nguyena-ke,o'ndlela le,
Engingayilandela,
Ngisinde ngayo la.
UJes'ukhomb'indlela
Yokuya lahaya.