Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

THINA SIHLENGIWE

1 Thina sihlengiwe,igazi likaJesu,
Yebo, sithengiwe, igazi likaJesu;
Lona lasophela, lapho esifela,
Lasithethelela, igazi likaJesu.

2 Likuthula kwethu, igazi likaJesu,
Nenjabulo yethu, igazi likaJesu;
Amacala onke, Naz' izono zonke,
Kupheliswa konke, igazi likaJesu.

3 Likuphila kwethu, igazi likaJesu,
Liyithemba lethu, igazi likaJesu;
Lapha emhlabeni, Nxa siseku-lweni,
Noma ekufeni, igazi likaJesu.

4 Balibonga bonke, igazi likajesu,
indumiso yonke, igazi likaJesu;
Yabasembusweni, Ekujabuleni,
Besho bonk' ''Ameni'' Igazi likaJesu.

THINA SIHLENGIWE