1 Soni esinenhliziyo eyoniw'iso-no,wo!
Woza kuMsindisi wakho,wosi-
ndiswa nguye lo!
O ,phenduka namhlanje!
Uyabizw'iNkosi',ehe!
Uyabizwa namhlanje.
2 'Jesu othobekileyo,useduze ma-
nje la,
Uyakumvulela nini lowoMhlobo
wakho na?
3 Mus'ukulibala futhi,bamb'ithu-
Ngoba awuyikubizwa njalo nje-
ngalokho nje.
4 Ngenhliziy'ephukileyo,guqa
ngamadolo la,
Vum'izono zakho kuyo,yozi-
susa zonke nya.
5 Awumuzwa, enhliz'weni uku-
thinta kwakhe na?
Mvumele,wokuhlanza ube
Mhlophe uthi qhwa.
6 'Zingelosi ziyafisa ukubika
khona le,
Uma ususindisiswe,ziyoshay'
inhlobe,he