1 Nanto udaba lukaJesu,
Udaba oluhl'oluthokozisayo.
Bamenywa aboni,sheshani,sheshani!
Sabela-ke manje,nguwen'obizwayo.
Sabel'uyabizwa,
Sabel'uyabizwa,
Ubizw'uMsindisi
Ubizwa manje.
2 Nanto udaba,udaba lukaJesu;
Waqhutshwa uthando ukuz' emhlabeni;
Ethanda aboni,ezobasndisa,
Abamvumelayo angene enhli
z'weni.
3 Nanto udaba,udaba lukaJesu.
Lalela,phendukawen'phlubokayo.
Akulwanyelayo umuntu wovuma,
UThixo kahlekwa ngumuntu
ohlekayo.