Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (No Ratings Yet)
Loading...

Musa Ukungindlula

1 Mus' ukungindluala, Jesu,
Nkosi yokuthula!
Nxa ubabusis' abanye
Mus' ukungindlula.

Jesu Kristu, Nkosi Yokuthula
Nxa ubabusis' abanye
Mus' ukungindlula.

2 Phambi kwakho onomusa,
Nkosi, ngisondele;
Ngiyavum' izono zami,
Ungithethelele.

3 Ngiyacela ngom'sa wakho,
Mawungiphilise;
Enhliz'weni ungelaphe,
Mawungisindise.

4 Wen' ungukusiza kwami,
Angikwaz' okunye.
Emhlabeni naphezulu,
Anginay, omunye.

Musa Ukungindlula