Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (5 rating, 1 votes)
Loading...

MASIHLOKOMISE

1. Masihlokomis' imbongo namhlanje,
Simdumis' uJesu Nkosi,
Ngal' uthando lolu olungakaya,
Asithanda ngalo thina la.

Haleluya! Zingelosi le
Zisho: ?Haleluya,?Vuma, he!
Kumfanel' uJesu, yena yedwa nje,
Ukubongwa lapha nangale.

2. Lwash' udwendwekazi, lon' oluthe ndwe,
Alubona uJohane le:
?Makabongw' uJesu?, nathi sisho njal',
Ngoba wasifela thina la.

3. Halalani nonke! ? Angathul' uba'
Oluzwil' uthando lwakhe na?
Noma zidilika izitanba la,
Lungephel' uthando lwakhe qha.

MASIHLOKOMISE