1 LiVangeli elidala
Linganela mina,du.
2 Labanel'abaphostoli,
Linganela mina,du.
3 Balifel'abokuqala,
linganela mina,du.
4 Lingishumayez'uJesu,
Linganela mina,du.
5 Lithi wazifel'izoni,
Linganela mina,du.
6 Lokhu mina ngiyisoni,
Linganela mina,du.
7 Ngiyakholwa yilo manje,
Linganela mina,du.
8 Liyangithandis'iBhayibhel',
Linganela mina,du.
9 Ngiyalithokoza kabi,
Linganela mina,du.
10 Livumeni nina nonke,
Lonanela nani,du.