Menu Close
1 Star2 Stars3 Stars4 Stars5 Stars (5 rating, 1 votes)
Loading...

Busa Nkosi Yami

1. O, Msindisi, Jesu Kristu
Nguwe oyiNkosi yam'
Yebo manje mawubuse
Phezu kwakho konk' okwam'.

Refrain

Busa, Nkosi yam',
Busa, Nkosi yam',
Ngeqiniso ngisavuma
uyiNkosi yam'.

2. Kade ngazinika kuwe,
Wazihlanz izono zam'.
Namhla ngiyaphinda, ngithi,
Wena UyiNkosi yam'

Refrain

3. 'Zandla zami neinyawo,
Kanye nal' ulimi lwam',
Neiphahla nani nani,
Thatha konke, nkosi yam'.

Refrain

B

Busa Nkosi Yami